IMEYA kaMasipala waseMhlathuze uMnuz Xolani Ngwezi ithi ukwakhiwa kwenxanxathela yezitolo eqanjwe ngoMntwana uMangosuthu ...
UJATSHULISWA wukuthi usenesithombe esingcono sokuthi iqembu lakhe liqine kuphi futhi lidinga ukuthuthuka kuphi umqeqeshi ...
UMDIDIYELI wamabutho, uNkosikhona Ndabandaba, odume ngelikaPhakelumthakathi, ukhala ngokuvezwa kabi njengomuntu ozonda abantu ...
Usale emoyizela umqeqeshi we-Orlando Pirates, uJose Riveiro, kulandela ukunqoba kwezakhe kwiRichards Bay FC emdlalweni weBetway Premiership ngoLwesibili ebusuku, e-Orlando Stadium, eSoweto.
ISIKHULU sikahulumeni wase-Equatorial Guinea, sibhekene nengwadla yezinsolo zocansi ngemva kokuputshuka kwenqwaba yamavidiyo amkhomba ngenjumbane yokulala namakhosikazi abantu.
IPHINDE yaqopha umlando iMamelodi Sundowns Ladies ithatha isicoco seHollywoodbets Super League okwesihlanu kulandelana.
NAKUBA kuseva kodwa uSiyabonga "Nsimbi" Sangweni owanqoba izicoco ne-Orlando Pirates, ubona kuzoqinisa imiqondo yabadlali beZimnyama mayelana nombango wesicoco seligi, ukuqhubeka nokuthola amaphuzu ...
IGOLI elishaywe wumgadli wakuleli, uCassius Mailula, umdlalo usuyophela lehlise ingcindezi kumqeqeshi weWydad Athletic, uRhulani Mokwena.
I-ESKOM imemezele ukuthi isiyonge u-R13.7 billion, ngezindleko zikadizili kulo nyaka njengoba sekuphele izinyanga eziyisikhombisa ugesi unganqamuki.
Umyeni kaMfundisi Siphelele Khumalo (40), ohola ibandla iHope of Christ, uthe uma eceba unkosikazi wakhe esigungwini sebandla ...
• Ukubuyekeza isikweletu yinto ongayibheka kodwa kuya ngesimo sakho. Ungaya ebhange nibonisane ngokuthi selulwe isikhathi ...
UMQEQESHI weMamelodi Sundowns, uManqoba “TV” Mngqithi, ubhubhudle iKaizer Chiefs ngo 4-0 kuma-quarterfinal eCarling Knockout, wayixwayisa ngobungozi bokuthembela ezinganeni ezincane yize eqonda ukuthi ...